Endocrine System · Uhlelo Lwe-Endocrine
Endocrine System
Work through history taking, examination phrases, vocabulary and common conditions for the endocrine system in isiZulu. Click any section to expand it.
Section 01
History Taking
9 questions · 3 categories
Past Medical History · Umlando Wezokwelapha Odlule
1. Have you ever had surgery performed on your brain, neck, or abdomen?
Wake wahlinzwa yini ebuchosheni, entanyeni, noma esiswini?
2. Have you ever had radiotherapy for cancer?
Wake welashwa ngomshini wemisebe ngenxa yomdlavuza?
3. Did you have gestational diabetes in any of your pregnancies, or give birth to a large baby?
Wake waba nesifo sikashukela ngesikhathi ukhulelwe, noma wake wabeletha umntwana omkhulu ngokweqile?
4. Have you ever fractured a bone?
Wake wavaveka ithambo?
5. Do you take any medication like steroids or antiarrhythmics?
Ngabe kukhona imithi oyisebenzisayo, njengemithi enamandla noma imithi yokulawula ukushaya kwenhliziyo uma kungahambi ngendlela efanele?
6. Have you ever been admitted into hospital for high blood sugar?
Wake walaliswa esibhedlela ngenxa yokukhushukelwa ushukela kakhulu egazini?
Family History · Umlando Womndeni
1. Is there anyone in your family who has diabetes, thyroid disorders, or autoimmune conditions?
Ngabe ukhona emndenini wakho onesifo sikashukela, inkinga yezindlala noma izimo zokulwa kwamasosha omzimba?
Personal and Social History · Umlando Womuntu Siqu Kanye Nenhlalo
1. Have you travelled out of the province or country recently?
Uke waphuma kwisifundazwe noma ezweni mumva nje?
2. Do you drink alcohol?
Uyabuphuza utshwala?
Section 02
Examination
3 phrases
Section 03
Vocabulary
9 terms
Section 04
Conditions
10 conditions
Hyperaldosteronism
Ukukhiqizwa ngokweqile kwe-aldosterone (ihomoni elawula amanzi nosawoti emzimbeni)







